[female vocals] Ngaphandle
kwakho
angiyinto
yalutho,
ubukhona
nami
kusukela
ekuqaleni
ngisesiswini
sikaMama.
Ulwele
izimpi
engingazazi
nengingaziboni
nalezo
engizibonayo,
uma
kwakungeyona
wena
ngabe
ngifile.
Unguthando
lukaNkulunkulu,
uyangilwela
uma
ngilele,
uma
ngivukile,
uma
ngihamba.
Ngiyabonga
Nkosi
ngothando
lwakho
nangomusa
wakho
owangikhombisa
wona.
Ngiyabonga
ngezinsuku
ezengeziwe
zokuphila
kwami